DUT Twitter

Prayer by oTsotsi baseJozi for the World Cup


Eh well Thaima elisemaZulwini
 
Bengicela ukuthi ungibhekele ezimokolweni zami engiziphushayo kule World Cup

 
Ende namajita ami, uwagaye ikraag ukuthi labantu.......
Umasibangena...  bezwe ngathi
 
Ngiyazi nkulunkulu ukuthi wena awusiyimenemene ,une waar . So ngeke
usibhekele phansi njengalezinja zase phalamende.
 
Nawe baba uyazi ukuthi uma uphethe mina ,uphethe  inja kasathane  enza
izinto zenzeke.or kanjani s'khokho sami

 
 
Baba ngicela uzilahlise lezinja zama bhujwa ngoba zona ziyathesha
ende futhi  azina problem ngenyuku ,umasizibhathula nge World Cup singabi nenkinga.
 
Qhelisa amagata nama CPF eduze kwethu. Uyazi nkulunkulu sisonke and wena
wathi usiza abazisizayo  or kanjani dlozi lami

 
Baba ungawari ngiyohlala ngiyinja yakho and futhi uyazi kahle ukuthi
mina ngiyayenza into yami noma abo BHEKI CELE nalenja uNATHI MTHETHWA besivalela
ngaphandle angibazondi.
 
 
 
Amen sikhokho sami, hola dlozi lami.  




"This e-mail is subject to our Disclaimer, to view click http://www.dut.ac.za"